Jump to content

User:Kwesta Nyovest/sandbox

Kubuya ku Wikipedia

Umthetho Wezamafa ENingizimu Afrika

Umthetho Wezamafa waseNingizimu Afrika (South African Law of Succession) ushaya imithetho elawula amafa omuntu osedlulile emhlabeni kanye nazo zonke izindaba ezithinta amafa. Lo mthetho ucacisa kabanzi ngokuthi ngubani ongazuza amafa kamufi futhi yini okumele ayizuze kulawo mafa futhi uphinde lo mthetho uchaze ngokuthi imaphi amalungelo lo muntu noma abantu abanawo emafeni akhe.