User:LeeMpolz/Draft 1
Ummomo
IMPILO
Impilo isipho esivela kumdali, iphinde ibe uhambo. kulolu hambo kunezinto ezinhle nezimbi umuntu abhekana nazo, kodwa okubalulekile ukunqoba. ezikhathini zokujabula kumele sikhumbule ukubonga kumdali. Bese kuthi ezikhathini zobunzima siphinde sicele amandla okunqoba kumnikazi wempilo. [1]
Kubalulekile ukuthi kukho konke esidlula kukho, okuhle nokubi sikhumbule njalo ukuthi impilo uhambo. ezikhathini ezinzima kumele sikhumbule ukuthi kubalulekile ukuthi siqine, sazi ukuthi asikho isimo esingadluli.
Esikhathini samanje inkinga enkulu ebhekene nezwe laseNingizimu Afrika, ukuntuleka kwemisebenzi. lokhu kuholela ekutheni abantu abaningi, ikakhulukazi intsha bazithole bengaphansi kwengcindezi enkulu.[2]
Izinkomba
[hlela | Hlela umthombo]- ↑ Bridget.Siebert1. "The journey of my life". News24 (in i-English). Kulandwe ngomhlaka 2026-02-26.
- ↑ Robbins, Mike (2023-06-26). "Facing Challenges and Overcoming Adversity" (in i-English). Kulandwe ngomhlaka 2026-02-26.