User:OkuhleZama/Draft 2
Umlotha:Umthelela nobuhle bomlotha emdlalweni wemvelo.
Umlotha uvamise ukubonwa njengento enobuthi futhi engcolisayo,kodwa empeleni unendima ebalulekile emvelweni nasempilweni yomuntu,umlotha uyinsalela ephuma emlilweni amashubeni noma ekushiseni kwezinto eziphilayo zokuphucula inhlabathi njengento yokuvikela izitshalo ekugugulekeni komhlabathi futhi kwesinye iskhathi usiza ekutshaleni nasekukhuleni kwezihlala.[1]
Kwezinye izikhathi, abantu bawusebenzisa njengephepha lokuhlanza,ekuphekeni,noma ekwenzeni izithako zemithi. Nokho,umlotha ungaba ingozi uma ungaphephile,njengoba ungadala ukungcoliswa komoya,amanzi nomhlaba.[2]
Umlotha awugcini ngokuba insalela kuphal,kodwa unamandla okuba usizo emvelweni,ekulondolozeni inhlabathi nasekuphetheni imvelo ngendlela ephumelelayo.Ukwazi ukusebenzisa umlotha ngokuhlakanipha kusho ukuhlonipha nokugcina ubuhle bemvelo.[3]