User:Philani Ngcobo
Appearance
UPhilani wazalelwa eNtembeni (Melmoth) mhla ziyi 17 Ntulikazi 1980. Wazalwa wethiwa amagama amane, amabili awo angolimi lwesiNgisi nelokholo kodwa kuyimanje waziwa kanti futhi unegama elinye vo kumazisi. Umfowabo uSphamandla ungomncane kunaye. Bakhuliswe bobabili wu Q N (Qondeni Nelisiwe Ncengwa) unina, eyedwa, owadlula emhlabeni ngonyaka wama 2006. Uphile impilo ethobekile isikhathi eside kwaze kuba uyaqeda ukufundela iziqu zobochwepheshe bamazinyo e Durban University Of Technology.