Jump to content

User:Zamahlobo/Draft 1

Kubuya ku Wikipedia

umuntu

Umuntu


Umuntu uyisidalwa esiyinkimbinkimbi.Umuntu uyisikhonzi esiyinguniya esizinhlangothi zomzimba , zemizwelo ,nezokuhluzeka kwenqondo.Unemfanelo ehlekile, ubuntu kanye nesethi yohlanga lwempilo olwenza abe ilona.umuntu uyakwazi ukucabanga,ukufunda,ukuxhumana nokwakha ubudlelwano nabanye.[1].Abantu banemizwa enjenge ntokozo,usizi,intukuthelo nothando okuthinta indlela abaziphatha ngayo nokuphendula kwabo emhlabeni obazungezile.

[2]

Ubukhona bakhe bomzimba buhlongeza izikhombiso ezincoma ubude,izwi,nezinkulumo,okwenza abe ngulona abantu abangamazi futhi ahlukile ukunabanye. Idlela yokuziphatha ikwenza ube ngumuntu ohlukile kwabanye futhi onesithunzi uphinde uhlonipheke.uma ungumuntu mele ufunde ukuphilisana nabanye abantu emhlabeni.

[3]

Abantu bahlangabezana nezinhlobonhlobo zabantu abahlukene. Umuntu unamalungelo nemithwalo yemfanelo emphakathini futhi izenzo zakhe zingathinta abanye ngendlela enhle noma embi lokho okungenza abanye abantu bengcina bahlukumezeka noma bephatheka kabi ngakho-ke umuntu akuwona nje umzimba wenyama kuphela kodwa uyisidalwa esiphelele esinenqondo nenhliziyo nemicabanga.

Izinkomba

[hlela | Hlela umthombo]
  1. ↑ "Cambridge Dictionary | English Dictionary, Translations & Thesaurus". dictionary.cambridge.org (in i-English). 2026-02-25. Kulandwe ngomhlaka 2026-02-26.
  2. ↑ "Enterprise Open Source and Linux". Ubuntu (in i-English). Kulandwe ngomhlaka 2026-02-26.
  3. ↑ "Enterprise Open Source and Linux". Ubuntu (in i-English). Kulandwe ngomhlaka 2026-02-26.