Jump to content

Usuku Lwamalungelo Abantu

Kubuya ku Wikipedia

Usuku Lwamalungelo Abantu usuku olugujwa minyaka yonke emhlabeni jikelele mhla zili-10 Disemba.

Usuku lwakhethwa ukuze kuhlonishwe ukwamukelwa nesiemezelo se-United Nations General Assembly, ngo-10 Disemba 1948, kwe-Universal Declaration of Human Rights (UDHR), isimemezelo sokuqala samalungelo abantu emhlabeni wonke nokwaba yinto yokuqala eyafezwa inhlangano yeZizwe Ezihlangene entsha.Ukusungulwa okungokomthetho koSuku Lwamalungelo Abantu kwenzeka eMhlanganweni we-317th Plenary of the General Assembly ngo-4 December 1950, lapho uMkhandlu Jikelele wamemezela isinqumo 423 (V), wamema wonke amazwe angamalungu nanoma iyiphi enye inhlangano enesithakazelo ukuba igubhe lolu suku njengoba ibona kufanele.[1]

  1. ↑ Office of the High Commission for Human Rights (2009). "The History of Human Rights Day". Kulandwe ngomhlaka 29 October 2009.