Wikipedia talk:Featured article candidates
Faka isihlokoUmmomo
Latest comment: emahoreni angu-22 edlule by Fongcwele in topic Isibhalwa esiqhakanjiswayo - Agasti 2026
Isibhalwa esiqhakanjiswayo - Juni 2026
[Hlela umthombo]Sanibonani, yisiphi isibhalwa esiqhakanjiswayo enifisa ukuba singene ekhasini elikhulu ngenyaga kaJuni wezi-2026?
- Intsha yaseNingizimu Afrika - sidinga ngentsha jikelele
- Ubusha - sidingida isigaba esandulela ubudala
- Ukuvukela kweSoweto - sidingida izibhelu zowe-1976
- Ulwandlekazi - sidingida ngezilwandle
- Imvelo - sidingida ngemvelo jikelele
- Usuku Lwentsha
Phawula ngezansi ukhethe ofuna sivele. Fongcwele (talk) 08:05, 27 uNhlaba 2026 (UTC)
- Edwin Ndaba (talk) 18:33, 7 uNhlangulana 2026 (UTC)
- Angicabangi ukuthi amakhasi "Imvelo" ne "Ubusha" afike ezingeni elifanele ukuthi aqhakambisiwe Edwin Ndaba (talk) 18:37, 7 uNhlangulana 2026 (UTC)
- Yebo mfowethu, ngicabanga ukuthi ingxoxo ngokuthi isiphihi isibhalwa esizofakwa kufanele siyibamabe ngaphambi kokuqala kwenyanga entsha. Okwamanje angisiboni isidingo sokuwaguqula, kodwa uquisile, kumeele kufakwe afanele. Kodwa kudingeka siwakhethe sisonke. Sesizolungisa lapho sikhetha alandelayo wenyanga kaJulayi. Fongcwele (talk) 07:35, 8 uNhlangulana 2026 (UTC)
- Kulungile.
- Nawa amanye amakhasi engifuna ukuwaphakamisa ukuthi siwahlolele ukhetho kaNtulikazi:
- Ngiwabhala lana ngoba angifuni ukuwakhohlwa. Edwin Ndaba (talk) 15:18, 8 uNhlangulana 2026 (UTC)
- ngicela ufunde umhlahlandlela ophakanyisiwe wokuqoka izibhalwa ezizofakwa lapha Wikipedia:Featured article candidates ukuze sizohambisana ngombono ofanayo. Fongcwele (talk) 07:34, 9 uNhlangulana 2026 (UTC)
- Yebo mfowethu, ngicabanga ukuthi ingxoxo ngokuthi isiphihi isibhalwa esizofakwa kufanele siyibamabe ngaphambi kokuqala kwenyanga entsha. Okwamanje angisiboni isidingo sokuwaguqula, kodwa uquisile, kumeele kufakwe afanele. Kodwa kudingeka siwakhethe sisonke. Sesizolungisa lapho sikhetha alandelayo wenyanga kaJulayi. Fongcwele (talk) 07:35, 8 uNhlangulana 2026 (UTC)
Isibhalwa esiqhakanjiswayo - Julayi 2026
[Hlela umthombo]Sanibonani, yisiphi isibhalwa esiqhakanjiswayo enifisa ukuba singene ekhasini elikhulu ngenyaga kaJulayi wezi-2026?
Kudingeka siqoke izilotshwa ezihambisana nemikhankaso yamazwe omhlaba noma kazwelonke,
Nazi izilotshwa eziphakayiselwe ukhetho kaNtulikazi:
Isibhalwa esiqhakanjiswayo - Agasti 2026
[Hlela umthombo]Isikhathi sokuqoqka ngokukhetha isibhalwa esiqhakanjiswayo sifikile. Enyangeni ka-Agasti phawuka ngezansi ngesibhakwa ofuna siqhakanjiswe.
Eziqokiwe ezikhona nazi: