IMelika
|
United States of America (IsiNgisi)
|
|||||
|---|---|---|---|---|---|
|
|
|||||
| Isaga: In God We Trust (isemthethweni) E Pluribus Unum (inkambo) (isiLatin: Eningi, Kunye) |
|||||
| Inkondlo: "The Star-Spangled Banner" |
|||||
| Isiqongo | Washington (isifunda eMelika) | ||||
| Idolobha elikhulu | New York (idolobha) | ||||
| Izilimi | IsiNgisi | ||||
| Government | Federal presidential constitutional republic | ||||
| - | Umongameli | Barack Obama | |||
| - | Isekela | Joe Biden | |||
| Ukwenza | |||||
| - | Bazisa ahlukana wOmbuso Ohlangeneyo | 4 ngoNtulikazi 1776 | |||
| - | Bavuma ahlukana | 3 ngoMandulo 1783 | |||
| - | Umthethosisekelo manje | 21 ngoNhlangula 1788 | |||
| Ubukhulu | |||||
| - | Jikelele | 9,826,675 km2 (3rd) 3,794,101 sq mi |
|||
| - | Amanzi (%) | 6.76 | |||
| Inani labantu | |||||
| - | 2012 ukulinganisa | 313,332,000 | |||
| - | Ixuku labantu | 33.7/km2 87.4/sq mi |
|||
Izifunda Ohlangeneyo seMelika izwe elizwekazi iMelika Enyakatho. Inezifunda ama-50. Umongameli weMelika manje nguBarack Obama.
Izifundazwe ezibumbene zase Melika (ezifinyezwa ngokujwayelekile njengezifundazwe ezibumbene)
IMelika yakhiwe amazwe amaniningi kanye nezifundazwe ezihlukahlukene ezihlangene ngawonye ukuthi zibe yimbumba zaziwe emhlabeni wonke njengezwe elilodwa elibizwa nge Melika. IMelika ingelinye lamazwe amakhulukazi emhlabeni wonke jikelele ngokuba nabantu abaningi abahlala kulo, abalinganiselwa ngaphezulu kwamakhulu amathathu wezigidi. Laba bantu abahlala kulezwe bavela ezinhlangeni ezahlukene, kukhona abantu abamnyama, kube khona abelungu, kube khona amashayina kanti kuphinde kube khona amandiya. Imvamisa yamandiya aziwa njengama "Red Indians" ngokuthanda ukuzigcoba ngokubomvu futhi bahlale ndawonye.
IMelika iyilizwe lesibili elihamba phambili kwezomnotho ngokulandela iShayina. Miningi imikhiqizo ephuma kuleli lizwe ethunyelwa emazweni angaphandle. Kanti futhi iningi losozimali liqhamuka kuleli lizwe. IMelika isibe noMongameli abaningi kodwa kwaqopheka umlando lapho kubekwa khona uBarack Obama njengo Mongameli wokuqala womdabu ukuthi aphathe lelizwe.
Ngonyaka ka 2001 enyangeni ka September 11, kwenzeka umshophi lapho kwaphahlazeka izindiza ezine, ezimbili zazo zanhlitheka kumabhilidi akade aziwa ngokuthi yi-"Twin towers". Lokhu kwahlala emlandweni kuze kube namuhla. IMelika iyizwe elikhangayo futhi elivakashelwa abantu abaningi emhlabeni jikelele. Chupame un pie. Violador de Jaume Uguet, el berrugón, que va con slips de gay
-
Umongameli Barack Obama
-
iMayflower, ubethutha imihambima eMelika kuya Umbuso Ohlangeneyo ngo-1620
-
uBuzz Aldrin engaphandle wenyanga ngo-1969