INgilandi
|
|||||
|---|---|---|---|---|---|
|
|
|||||
| Isaga: Dieu et mon droit (isiFulansi) "iNkosi nokudla" |
|||||
| Isiqongo (futhi idolobha elikhulu) |
ILondon | ||||
| Izilimi | IsiNgisi, isiKhonishi Kernowek | ||||
| Abantu | amaNgisi | ||||
| Uhulumeni | |||||
| - | indlovukazi | u-Elizabeth II | |||
| - | Ungqongqoshe phezulu | uDavid Cameron | |||
| Ubukhulu | |||||
| - | Jikelele | 130,395 km2 50,346 sq mi |
|||
| Inani labantu | |||||
| - | 2008 ukulinganisa | 51,446,000[1] | |||
| - | 2001 uhlolovo | 49,138,831 | |||
| - | Ixuku labantu | 395/km2 1,023/sq mi |
|||
| Imali | Upondo (GBP) | ||||
INgilandi (isiNgisi: England) izwe laseYurophu. Isiqongo saseNgilandi iLondon. Ulimi isiNgisi. INgilandi yizwe eliyingxenye yOmbuso Ohlangeneyo. Lingumakhelwane nesiKotilandi enyakatho kanjalo neWelisi entshonalanga; Ulwandle lwase-Ayilendi luse nyakatho-ntshonalanga, Ulwandle lwaseKeltiki luseningizimu-ntshonalanga kanti Ulwandle lwaseNyakatho lusempumalanga, Insungubezi yamaNgisi eningizimu ihlukanisa iNgilandi kwizwekazi laseYurophu(continental Europe). Ingxenye enkulu yeNgilandi yakhiwe yingxenye emaphakathi nengxenye eseningizimu ye-island (izwe elincane elizungezwe amanzi ngokuphelele) yaseBrithani Enkulu(Great Britain) e-Atlantic eseNyakatho. INgilandi ihlanganisa futhi amazwe amancane azungezwe amazi ngokuphelele angaphezu kwekhulu njenge-ziqhingi Scilly ne-siqhingi Wight.