IRandi

Mayelana Wikipedia

iRandi iyimali weRiphabliki waseNingizimu Afrika inophawu:'R ; ikhodi: ZAR. Ikhodi lalo i-ZAR lisuselwa olimini lwesiDashi (Zuid-Afrikaanse Rand) iRandi laseNingizimu Afrika ngesiZulu. IRandi libuye lisbthsnziswe kulamazwe eLesotho, eSwazini kanye nase Namibhiya yize nwo lamzawe enayo imali ayisebenzisa ekhaya. Igama elithi iRandi lisuselwa egameni Witwatersrand (elithi literally "white waters' ridge" ngsiNgisi). Liqanjwe ngaleli landawo esGoli lapho kutholakal khona igolide eliningi kunazo zonke izindawo eNginizimu Afrika.

IRandi laqala ukusethsenziswa ngonyaka we-1961 mhla zi-14 kuNhlolnalanja sekusele izninyangana kubunjwe iRiphabliki yaseNingizimu Afrika. Lapha iRandi laqeda ukusetshenziswa uPondo waseNingizimu Afrika ngawo lonyaka. Ukushinthwa kwemali kusuka kuPondo kuya kweiRandi kwabikwa emsakazweni wezwe lonke lapho kwakunebika elabe lidlala emsakazweni ukubiklea umphkathi ngalo lolu shintsho. Ilinganisa nadola US: