Indlulamithi

From Wikipedia
Indlulamithi
Giraffe standing.jpg
Umbuso Animalia (Izilwane)
Uzalo Chordata
Iqembu Mammalia
Uhlelo Artiodactyla
Umndeni Giraffidae
Umkhakha Giraffa
Uhlobo G. camelopardalis (Indlulamithi)

Indlulamithi isilwane esinesikhumba esimabhadubhadu esinentamo ende esiyisebenzisela ukudla amaqabunga emithi ephakeme impela. Indlulamithi ithanda indawo enemithi emide ukuze izifihle kahle impela, phela njengoba iyinde ingaka ezinkalweni kungalula ukuthi onkabi abayizingonyama bayithole.