Inja

From Wikipedia

This page has to be checked (signed advertising article ?).

Boerboel.jpg

Inja noma inja enkulu noma.

insikazi ~ injakazi

induna ~ ichalaha


[edit] UMLANDO

----

Incawdi Ngezinja kwaPit Bulls

Ngizobhala incwadi yami ngezinja uhlobo lwePit Bulls. Loluhlobo luzalwa eNgilandi. Lunomlando omude. Amadlozi alezizinja zePit Bull iMastiffs ziningi emhlabeni, izibonelo iEnglish White and Black and Tan terriers (Wikipedia.com). AmaMastiff izinja ezasebenza nomaRomans ngo40AD – 140AD ngesikhathi abantu belwa izimpi. Lezizinja zinamandla amakhulu ngoba zinkulu ngempela. Ngesikhathi amaNorman ehlasela amaNgisi, ngo1066, bazithola izinja amaMastiffs. Kodwa amaMastiffs amaNormans awaifani namaMastiffs amaRomans ngoba axuba nye izihlobo zezinja. Kuthi izinja zibizwa nge“Alaunt”. Ngesikhathi amaNormans efika eNgilandi, baletha / bethula umdlalo okuthiwa “baiting” / kuqhatha nenkunzi. Lomdlalo wabe uyingozi enkulu, futhi kuchitheka negazi kakhulu. Kulomdlalo kwakulwa izinja zimbili nenkunzi. Izinja kwakufanele ziyibulala inkunzi futhi amadoda ayebheja ubani ozowina. Kodwa lezi izinja futhi zisiza abantu ephulazini ngoba zazisebenza nabalimi ngesikhathi bedinga ukusizwa nezinkomo. Izinto zabalungu. Umphumelo kwabe kuwukuthi izinja zinesimbindi futhi zibethembekile. Ngonyaka ka1835 ukulwa phakathi kwezinja nenkunzi uhulumeni awuvumanga futhi ngoba abantu abanayo izinkunzi edolobheni abantu bathola ukulwa kukezinja ezindluweni. Emveni kwenguquko izinja zafuywa ukube zinciphisa ngoba ukulwa kusekhaya kabantu futhi izinja zinkulu azilinganga ukulwa ekhaya. Ngesikhathi amaNgisi eqala ukungena eMelika bazithola izinja amaPit Bull. Abantu babezithanda izinja zabo ngoba zibe umndeni, nomsebenzi(nosizo), nomlindi. Emva kokuthi amaPit Bull efike eMelika abantu babezifuna ukuthi izinja zande kakhulu ngakho-ke bazifuya kakhulu. Manje eMelika sinamaPit Bulls kodwa manje abantu abaningi bacabanga ukuthi ukulwa phakathi kwezilwane kunonya, (futhi into embi, eyihlazo). Nokho abantu abanye basawuthanda umdlalo pho bathola ithuba ukubona futhi ukudlala emdlalweni nezinja zabo. AmaPit Bull adumile eMelika. Umlando wade lapha. Ngomhlaba impi I Ngempi yokuqala yomhlaba amaPitbull amela iMelika ngoba anesimbindi. Futhi ngesikhathi seimpi amaPit Bull amanye asebenza empini, aba amaqhawe. Kukhona izithombe eziningi ziamaPit Bull asebenzela isizwe sawo. Phezu kwalokho amaPit Bull athola udumo ngoba athanda ukulwa, nokusebenza, futhi awanayo uvalo. Lomphumelo wenza izigebengu zaqala ukuzithanda izinja amaPit Bull. Zaqala ukuzithenga nokwenza amaPit Bull ukuphinda ukulwa futhi ukubalimaza abantu ukuthi izigebengu akabathandanga. Lokhukubi kakhulu ngoba amaPit Bulls acabanga ukuthi abantu bazoba nobungane. Manje ngoba abantu baningi abasaba amaPit Bull bacindezela uhulumeni ukuphasa imithetho (laws) yokulwa futhi abantu babenalo loluhlobo noma ukulufuya. Abantu baningi banazo lezizinja pho balwa Breed Specific Legislation bathi abantu kufanele bazisuse izinja zabo. Manje abantu baningi banawo amaPit Bull. Izinja ezimnene, ezinomoya zamuhle, futhi izingxenye yomndeni. Abantu baningi bayayithanda izinja zabo futhi bayaluthanda uhlobo lwamaPit Bull ngamandla. Abavumi ababonaze bazisusa izinja zabo. Abantu bonke kufanele bazi ukuthi amaPit Bull izinja ezinhle, baziqhenya ngazo.

Jessup, Diane The Working Pit Bull 1995 http://www.pitbulllovers.com/stop-pitbull-bans-bsl-petitions.html www.workingpitbull.com/history.htm


Amathuluzi omsebenzisi
Ngezilimi ezinahlukene