Insindiso

Mayelana Wikipedia

Insindiso inkolo yomuntu ukuba uJesu Krestu wafa waphinde wavuka kwabafileyo. Insindiso kumuntu iza ngezwi LikaNkulunkulu, umuntu uyavuma ngomlomo ukuthi uJesu Kristu uyiNkosi akholwe ngenhliziyo ukuthi uNkulunkulu wamvusa kwabafileyo bese kuba ukusindiswa ( KwabaseRoma10:9-10 ). Indaba ngensindiso ikanje uNkulunkulu wanikela ngeNdodana yakhe uJesu Kristu ukuze kube yilowo nalowo okholwa uJesu Kristu angabhubhi kepha abe nokuphila okuphake ( ngokukaJohane 3:16 ). Bonke abamamukela bathola amandla okubizwa ngokuthi bangabantwana bakaNkulunkulu labo abakholwa egameni lakhe ( ngokukaJohane1:12 ) .