True Jesus Church
From Wikipedia
i-True Jesus Church lisonto laqala eBeijing, eShayina ngo1917. Namhlanje, linamalunga ama-1,500,000 ezizwe zingamashumi amane namhlanu. Isonto lingxenye kaPentecostal-Protestant kabukrestu, ukuthi laqala iminyaka imikhulu kade. Isonto alivumi ngemkhankanyo wa-Trinity futhi lilandela umkhankanyo waseJesu. Laqala eNingizimu Afrika ngo1997. Isonto aligubhi uKhisimusi nePhasika ngoba lawo maholide anemdabu lamhedeni. Izinkolo zeSonto eziyishumi ezinkulu ngu:
- Umoyo ongcwele
- umbhabhathizo
- ukuhlambana izinyawo
- iSidlo seNkosi
- iSabatha
- uJesu Khristu: uJesu Khristu, uLizwi osephenduke inyama, wafa esiphambanweni ukuze izoni zithethelelwe, wavuka ngosuku lwesithathu wenyukela ezulwini. Nguye kuphela uMsindisi, uMdali wamazulu nomhlaba, futhi unguNkulunkulu weqiniso.
- iBhayibheli: iBhayibheli elingcwele, eliqukethe ithestamente elidala nelisha, ligqugquzelwe uMvelingqangi, yilo kuphela iqiniso elilotshiweyo, fuhi okuyindlela yokuphila yamaKhrestu.
- insindiso
- iSonto
- isigwebo ogcinayo


