Umhlonyane

Mayelana Wikipedia

EsiZulwini kunamasiko amaningi agcinwayo. Umhlonyane ungelinye lamasiko agcinelwa ukukhulusa ingane yentombazane uma isingene esigabeni zokuthomba. Umhlonyane ungeziwa ngoMalume bentombazane uma umama engaganile. Uma enganile ungenziwa abazali bobabili umama nobaba. Umsebenzi womhlonyane wenziwa ngempuzi. Uma kwintmbazane kuba imbuzi yesifazane esetshenziswayo.