Isi-Arabhu
Appearance
Isi-Arabhu singolunye lwezilimi zase-Afrika nase-Asia esikhulunywa ngabantu abangaba yizigidi ezingama-422 (abomdabu nabangewona abomdabu). Sigesinye sezilimi ezinhlanu ezikhulunywa kakhulu emhlabeni. Njengamanje, amazwe angama-22 angamazwe angamalungu e-Arab League (kanye namazwe ayi-5 anikezwa isikhundla sokubuka) eyasungulwa eCairo ngo-1945.
Lolu uhlu lwamazwe angamashumi amabili nanhlanu lapho kukhulunywa khona isi-Arabhu njengolimi olusemthethweni.
# | Izwe | Inani labantu |
---|---|---|
1 | i-Aljiria | 34,895,000 |
2 | iBharhileyini | 807,000 |
3 | iTshedi | 10,329,208 |
4 | iKhomorosi | 691,000 |
5 | IJibhuthi | 864,000 |
6 | iGibhithe | 79,089,650 |
7 | i-Eritrea | 5,224,000 |
8 | i-Iraki | 31,234,000 |
9 | iJodani | 6,407,085 |
10 | iKhuweyithi | 3,566,437 |
11 | iLebhanoni | 4,224,000 |
12 | iLibhiya | 6,420,000 |
13 | iMolithaniya | 3,291,000 |
14 | iMolokho | 32,200,000 |
15 | i-Omani | 2,845,000 |
16 | iPhalestayini | 4,100,000 |
17 | iKatari | 1,696,563 |
18 | iSawudi Alebhiya | 25,731,776 |
19 | iSomaliya | 9,359,000 |
20 | iSudani | 43,939,598 |
21 | iSiliya | 22,505,000 |
22 | iThunishiya | 10,432,500 |
23 | Umbuso Ohlangeneyo Arabhu | 4,975,593 |
24 | iSahara lasentshonalanga | 341,000 |
25 | ihhemeni | 23,580,000 |
umbumbhatho | 368,748,410 |
Ubheka futhi
[hlela | Hlela umthombo]Amakhasi amanye
[hlela | Hlela umthombo]- Amazwe lapho isiSulumane siwulimi olusemthethweni(izithombe namafulegi)