Umusi

Mayelana Wikipedia
(Redirected from Steam)

Umusi uyisiqa esiqukethe amanzi esimweni sohowo, ngezinye izikhathi kuba izitshapo zamaconsi amanzi awuketshezi, noma umoya. Lokhu kuwumphumela wokuhwamuka noma ukudlidliza, lapho kuba khona umchadamezo kufika ezingeni lapho amanzi ehwamuka khona. Umusi ophenduke umhwamuko wamanzi awubonakali emehlweni, kodwana, umusi omanzi, osankungu noma isitshapo samaconsi wamanzi, nawo ubizwa ngokutho 'umusi'.