IGauteng
From Wikipedia
| Ubungako bendawo | 17,010 km² |
| Inani labantu (2001) | 8,837,172 |
| Izilimi | isiZulu (21.5%) isiBhunu (14.4%) isiSuthu (13.1%) isiNgisi (12.5%) |
| Imihlobo | Abantu abansundu (73.8%) AbeLungu (19.9%) AmaKhaladi (3.8%) Base-Ashiya (2.5%) |
| Isiqongo | iGoli |
| Idolobha elikhulu | iGoli |
| Undunakulu |
Mbhazima Shilowa (ANC) |
iGauteng iyifundazwe zaseNingizimu Afrika. Isifundazwe esincane kodwa esinabantu abaningi abahlala kuso. Igama elithi Gauteng ngesisuthu lisho ukuthi Kwindawo yeGolide ngamafuphi iGoli. Abantu baseGoli noma Gauteng bakhuluma ulimu lwesizulu, isiNgisi, isiBhunu, isiSuthu nesiXhosa. iGoli liyisifundazwe esicebile eNingizimu Afrika futhi sihlobe ngamabhilidi amakhulukazi futhi nendawo yokuhwebela ikhona eGoli kuthiwa yi-Johannesburg Stock Exchange ise-Sandton kwelinye lamadolobha amahle kakhulu e-Afrika yonkana.
Amadolopha amakhulu eGauteng yiJozi nePitoli.
| Izifundazwe zaseNingizimu Afrika | |
|---|---|
| iFleyistata • iGauteng • iKipi laseNyakatho • iKipi laseNtshonalanga KwaZulu-Natal • KwaXhosa • Limpopo • Mpumalanga • Nyakatho-Ntshonalanga |
|