Ubuthulu
Appearance
(Redirected from Abayizithulu)

Ubuthulu noma ukungezwa bunezincasiselo eziningana ezingokwesiko nezokwelapha. Kwezokwelapha, ubuthulu kbuchazwa ngokuthi ukuba isithulu okwenza umuntu angezwa ezindlebeni, okuyisimo somchazakuzwakala. Ngokujwayelekile, ubuthulu buchazwa njengesimo somuntu ongezwa kahle, osebenzisa insizakuzwa ukuze axhumane nabanye, kuhlanganisa nalabo abezwa kancane noma abangakwazi ukukhuluma kodwa abezwayo ngezindlebe, okusho ukuthi nongakwazi ukukhuluma ngomlomo ubizwa isithulu, nalabo abakhuluma ngezandla.[1][2] Lezi zincasiselo ezimbili cishe zafana kodwa azisho into eyodwa.
- ↑ Padden, Carol A.; Humphries, Tom (Tom L.) (2005). Inside Deaf Culture. Cambridge, MA: Harvard University Press. p. 1. ISBN 978-0-674-01506-7.
- ↑ Jamie Berke (9 February 2010). "Deaf Culture - Big D Small D". About.com. Archived from the original on 4 March 2016. Kulandwe ngomhlaka 22 November 2013. Unknown parameter
|url-status=ignored (help)