IsiNqandagciwane

Mayelana Wikipedia
(Redirected from Ama-antibiotic)

Antibiotic_sensitivity_test

Isinqandagciwane siwuhlobo lwesiqa esithiya amagciwane (antimicrobial) afana nezinungwana. Siwuhlobo lwezinqandazinungwana ezibalulekile ekulwisaneni nokuhogeleka kwezigulo zezinungwana, futhi imishanguzo yezinqandagciwane isetshenziswa kabanzi ekwelashweni nasekuthiyeni lezo zigulo.[1][2] Izinqandagciwane zingakwenza kokubili ukujuqa noma ukujiyeza izinungwana. Ezinye izinqandagciwane ezimbalwa zinobuqhebeqhebe bokunqandazinanjazana.[3][4] Izinqandagciwane ngeshwa azinawo amandla wokulwa namagciwanyane afana nalawo abanga umkhuhlane noma ubhadane;[5] imishanguzo ekwazi ukujiyeza ukukhula kwamagxiwanyane yna ibizwa ngokuthi imishanguzo enganqanda ubhadane. Futhi asinamandla ngokumelene nokhunta; imishanguzo ejiyeza ukukhula kokhunta ibizwa izinqandakhunta.

Imithombo[hlela | Hlela umthombo]

  1. "Antibiotics". NHS. 5 June 2014. Archived from the original on 18 January 2015. Kulandwe ngomhlaka 17 January 2015. Unknown parameter |url-status= ignored (help)
  2. "Factsheet for experts". European Centre for Disease Prevention and Control. Archived from the original on 21 December 2014. Kulandwe ngomhlaka 21 December 2014. Unknown parameter |url-status= ignored (help)
  3. For example, metronidazole: "Metronidazole". The American Society of Health-System Pharmacists. Archived from the original on 6 September 2015. Kulandwe ngomhlaka 31 July 2015. Unknown parameter |url-status= ignored (help)
  4. Chemical Analysis of Antibiotic Residues in Food. John Wiley & Sons, Inc. 2012. pp. 1–60. ISBN 978-1-4496-1459-1.
  5. "Why antibiotics can't be used to treat your cold or flu". www.health.qld.gov.au (in i-English). 2017-05-06. Archived from the original on 9 August 2020. Kulandwe ngomhlaka 2020-05-13. Unknown parameter |url-status= ignored (help)