Ayanda Mabulu
Appearance
| Ayanda Mabulu | |
|---|---|
| Ubezalwa |
1981 King William's Town, iRiphabliki yaseNingizimu Afrika |
| Nationality | Um-Afrika |
| Training | Nompendulo High, Good Hope Art |
| Website | http://www.greatmoreart.org/ayanda-mabulu.html |
Ayanda Mabulu (ubezalwa ngo-1981) ngumpendi baseNingizimu Afrika. Lompendi waziwa ngokudweba umdwebo owasusa umsindo ngonyaka we-2010, ayewiqambe ngokuthi Ngcono ihlwempu kunesibhanxa sesityebi. Lodwebo uveza abaholi kanye nosombuswazwe bamazwe ahlukahlukene benqunu. Lodwebi esezidonsele amanzi ngomsele ngodweba eminye imidwebo emingi lapho eveza khona osombusazwe baseNingizimu Afrika bequnu.