Connie Ferguson

Mayelana Wikipedia
Connie Ferguson

Connie Ferguson akhuluma ku Glamour Awards ngo 2018
Ubezalwa Constance Masilo
(1970-06-10) 10 ngoNhlangula 1970 (Iminyaka 53)
Kimberley, Northern Cape, South Africa
Ezenye amagama Connie Masilo-Ferguson
Occupation
Years active 1994–present
Children 2
Website
iamconnieferguson.com

UConstance Ferguson (née Masilo ; owazalwa ngomhlaka 10 Juni 1970 ) ungumlingisi waseNingizimu Afrika, umenzi wamafilimu, uphrojusa futhi ungusomabhizinisi wesifazane, odume ngelikaConnie Ferguson.Waziwa kakhulu ngendima yakhe njengoKarabo Moroka emdlalweni owuchungechunge owaziwa kakhulu eNingizimu Afrika, iGenerations . Walingisa kulo mdlalo kusukela uqala ngo-1994 waze waphuma ngo-2010.Ngo-2014, wavuma ukuphinda abambe iqhaza lakhe kulo mdlalo ngemuva kokungabikho kweminyaka engu-4 bese kushiywe unomphela ngo-2016.