Jump to content

Dumile Feni

Mayelana Wikipedia

UZwelidumile Geelboi Mgxaji Mslaba "Dumile" Feni (Meyi 21, 1942 - 1991) wayengumdwebi wokubuka izinto zaseNingizimu Afrika, waziwa ngayo yomibili imidwebo yakhe eyayifaka izinto ezibukekayo kanye nemifanekiso eqoshwe ngobuciko, eyayiveza umzabalazo wokulwa nobandlululo eNingizimu Afrika[1]. UFeni wayehlala ekudingisweni kanye nobuphofu obedlula yonke imisebenzi yakhe yobuciko.

UFeni wazalelwa endaweni encane emapulazini ngaseWorcester, NgasesiFundazweni seCape Town, eNingizimu Afirika, kunina bazali Geelbooi Magogwana ,Umhwebi ongumvangeli,Kanye noBettie Nothemba Mgxaji, ongusomaBizinisi, ngenkathi esakhula, Umdeni kaFeni wathutha waya ngaseEstate ngaseCape Town. Umdeni wakho babengamaXhosa.

Imithombo

[hlela | Hlela umthombo]
  1. "Dumile Feni". South African History Online. 23 December 2014. Kulandwe ngomhlaka 8 February 2016.