Govan Mbeki

Mayelana Wikipedia

UGovan Archibald Mvuyelwa Mbeki wazalwa ngo 1910 July 09 ezalelwa eNgqamakwe. Ubaba kaThabo Mbeki noMoeletsi Mbeki.

Ubeyiqawe lomzabalazo waboshwa kwicala lase Rivonia wagwetshwa impilo yakhe yonke ebhadla ejele lase Roben Island kanye nabanye. Waboshwa ngo 1963 wadedelwa ngo 1987.

Washona ngo 2001 August 30 emzini wakhe eBhayi.