Graça Machel

From Wikipedia
Jump to navigation Jump to search

U-Graça Machel (owazalwa ngo-17 Okthoba 1945) usopolitiki futhi usizakala ngabantu baseMozambiki. Ungumfelokazi womabili omongameli bangaphambili baseMozambiki naseNingizimu Afrika; Umongameli waseMozambiki uSamora Machel kanye nomongameli waseNingizimu Afrika uNelson Mandela.