Hip Hop Pantsula

Mayelana Wikipedia

UJabulani Tsambo (owazalwa zingu 14 Septhemba ngonyaka ka 1980 - washona zingu 24 Okthoba ngonyaka ka 2018), owaziwa kangcono ngegama lesiteji lakhe elithi Hip Hop Pantsula, kamuva elanqanyulelwa laba ngu- HHP, wayengumculi we Motswako (Motswakolista) waseNingizimu Afrika, owayecula ngezilimi eziningi, ikakhulukazi isiTswana.