I-Indonesia

Mayelana Wikipedia
Isi-Indonesia
Isiqongo IJacarta
Idolobha elikhulu IJacarta
Ulimi Isi-Indonesia
Inkolo

Ngokusemthethweni lendawo ibizwa iRephabhliki yase-Indonesia (Indonesian: Republik Indonesia), iyizwe elise Ningizimu neMpumalanga ne-Asia kanye ne-Oceania. I-Indonesia lineziqhingi ezingu-17,508. Linezifunda ezingu-33 provinces nabantu abaphezulu kwezigidi ezingu-238, futhi liyizwe lesine elidume kakhulu emhlabeni wonke. I-Indonesia iyiRiphubliki, enemithetho kanye nomongameli okhethiwe. Idolobha elikhulu lale sizwe libizwa ngokuthi yi-Jakarta. Izwe labelana ngababhopda wendawo ne-Papua New Guinea, i-East Timor, kanye ne-Malaysia. Amanye amazwe angomakhelwane abandakanya i-Singapore, i-Philippines, i-Australia, kanye nendawo yamaNdiya yeziqhingi ze-Andaman kanye ne-Nicobar. I-Indonesia iyilungu elinikelwayo le-ASEAN futhi iyilungu lezezimali ezikhulu ze-G-20.