IFacebook

Mayelana Wikipedia

IFacebook, isizinda sokuxhumana ngokuthi abantu bathumelelane imilayezo eyahlukakhlukene. IFacebook yaqanjwa eMelika ngonyaka ka 2005, umfundi wase Nyuvesi, ukuze yena nabangani bakhe bathumelelane imilayezo ngokushesha. IFacebook ngendlela esikhule ngayo seyinabasebenzisi abangaphezu kwezigidi emhlabeni wonke.Nalapha IFacebook abasebenzisi bayo iFacebook baya ngokundlondlobala.

[The following is content from a duplicate page, to be merged by edit with above content and this section heading removed][hlela | Hlela umthombo]

IFacebook isizinda sokuxhumana esisetshenziswa kakhulukazi abantu abasha.Kulesi sizinda sixhumanisa izihlobo, abangani, nanye nemindeni esabonana nekudala yagcinana. Lapha kulesizinda uyakwazi ukufaka isithombe sakho ukuze abanye abantu basibone.Lesizinda sisebenza ngokuthi uchofoze, umlayezo ofuna ukuwuthumela, lowo mlayezo ungena lapho ufuna ukuwuthumela khona ngokushesha okukhulu. [Duplicate page content ends here.]