iMac

From Wikipedia
I-iMac eyenziwe nge-aluminiyamu

iMac uhlobo lwamakhompiyutha ahlanganisa konke kokukodwa (all-in-one) akhiwa yinkampani yaseMelika eyaziwa ngeApple Inc. Lolu lobo lwamkhompiyutha lwaba yingxenye eyinhloko yeminikelo yekhompiyutha abathengi kusukela ekuqaleni kwayo ngoNwcaba we-1998, futhi iguquke ngamafomu ayisikhombisa ahlukene. Ngendlela yayo yasekuqaleni, i-iMac G3 yayibukeka njengeqanda insiskrini sohlobo lwe-CRT esihlanganiswe ngocwazi elinemibala ehlukene.

IMac G3