INqakathiso yaseDetmold
INqakathiso iDetmold ((NGesiJalimane: LWL-Freilichtmuseum Detmold - Westfälisches Landesmuseum für Volkskunde; ngesiNgisi: "LWL Open-air Museo Detmold: I-Westphalia State Museum for Folkloristics") iyiNqakathiso esendaweni yaseDetmold esifundeni sase-Ostwestfalen-Lippe eNyakatho ne-Rhine-Westphalia, eJalimane. Yasungulwa, kanye neNqakathiso iHagen , ngonyaka we-1960, yase ivulelwa umphakathi ekuqaleni kwonyaka we-1970. LeNqakathiso iphethwe yi-Landschaftsverband Westfalen-I-Lippe (LWL, igunya lesifunda laseWestphalia naseLippe eNyakatho ne-Rhine-Westphalia).
Imibukiso
[hlela | Hlela umthombo]Izakhiwo ezingaphezu kwe-100 zomlando eziqhamuka ezweni lonkana zasuswa zalethwa lana noma zakhiwa kabusha, okufaka phakathi neziGele, izindlu zasemaPlazini, ezifulelwe ngotshani, kanye nezihunguza. Amayeka angaphezu kwama-200 (0.81 km2) amasimu asetshenziselwa ukugibela amahhashi adonsa izinqola, ukudwayizela, kanye nokuNqukela. Inqakathiso ibuye ibe nemibukiso ekhethekile, okufaka phakathi ukukhandwa kwensimbhi kanye nokubunjwa kwezitsha. Ivulwa ngankathi , phakathi kwezi-1 kuMbhasa kanye nama-31 kuMfumfu.
Izixhumanisi zangaphandle
[hlela | Hlela umthombo]- isizindalwebu seNqakathiso yaseDeltmold (ngesiJalimane, isiNgisi, nesiDashi)