INtshungwa (isithelo)

Mayelana Wikipedia
Izintshungwa - ingxenye ephelele, eyisiqamu nehlutshiwe
izintshungwa emva kokuhlutshwa izikhumba
ukuqhakaza kwentshungwa nezintshungwa emthini
izintshungwa nolumpe lwentshungwa

Igama elithi inTshungwa (noma iwolintsji) libhekisela esithelweni esidliwayo, liqanjwe ngombala waso okungumbala ontshungwa. Izintshungwa ziwumthombo omuhle wevithamini C. Ulumpe lwentshungwa luyingxenye ebalulekile yesidlo sansasa kubantu abaningi. "InTshungwa emtoti" okuluhlobo oludliwa kakhulu namuhla, lwaqala ukukhula emazweni asempuma naseningizimu Eshiya, kodwa kuyimanje lukhula ezingxenyeni eziningi zomhlaba.