INzululwazi yoMtapolwazi noKwaziswa

Mayelana Wikipedia

LIS_SidebarPicture

INzululwazi yoMtapowolwazi noKwaziswa noma izifundo zomtapowolwazi nokwaziswa, wumkhakha woqeqeshombaxa ovame ukudingida ukuhleleka, ukufinyeleleka, ukuqoqwa, kanye nokuvikela/ukulawulwa kokwaziswa, kungaba okuphathekayo (isb. ubuciko, ukuqulwa kwamacala., njll.) noma izimo zezezibhangqiwe.

Abanye bathatha izingqeqesho zendabuko ezimbili, inzululwazi yomtapowolwazi nenzululwazi yokwaziswa, njengemikhakha ehlukene. Nokho, kuvamile namuhla ukuthi kusetshenziswe ibizo elimqondofana noma liyekwe elithi "umtapowolwazi" bese kukhulunywa ngeminyango yokwaziswa. Sekwaba nemizamo yokuvuselela isicabangelo sezifundo zokubhalabhala (documentation). Ukuhlelwa kokwaziswa nezinsizakusebenza zokwaziswa ziyizici eziyisiseko zenzululwazi yomtapowolwazi nokwaziswa.