Icena

From Wikipedia
Jump to navigation Jump to search

Icena (ILatin: Aloe mudenensis) uhlobo lwesihlahla olumila kakhulu enyakatho yaKwaZulu-Natali. Lesi sihlahla sisethsnziwa ngabelaphi bandabuko.

Isihlahla secena KwaZulu-Natal

Ukusetshenziswa[hlela | Hlela umthombo]

Amaqabunga aso uma ebilisiwe anqanda ukubuyisa. Ngokuvamile kuphuzwa isipuni, ngokwesikali sanamuhla i-10ml, samanzi abilisiwe namahlamvu. Bese kulandelwa inkomushi yamanzi abandayo ngekwesikali sanamuhla ama-250ml.