Ilanga
Appearance

)Ilanga (uphawu:
) liyinkanyezi esemnyombeni wohlelo lelanga. Liwunyazani olushisayo oluyimbulunga enkulu. Ingxubano yenuzi emnyombweni walo iyona elenza lishise lize libhazimule, lonza isidlakalasi esisebusweni balo sibe isokhanya noma Insibomvu namaphsesenti ayishumi kazukhwithi. iLanga liwumthombo wesidlakalasi sempilo eMhabeni. Abantu basendulo ezindaweni ezihlukene zomhlaba babelihlinioha ngezindlela ezingafani, futhi abanye babelicwaninga lapho befunda ngezomkhathi.
| Wikimedia Commons has media related to: Sun |
