Impisi

Mayelana Wikipedia
Jump to navigation Jump to search
Impisi, eThanzaniya

Impisi yisilwane esifananenja futhi esinamabala esiyingxenye yezilwane ezincelisayo (ngesingisi ezibizwa ngama-Mammals) sase-Afrika. Impisi inezinyawo zangaphambili ezinde kunezinyawo zangemuva. Izimpisi zaziwa njengezilwane ezidla izinsalela zezinye izilwane (njenga-Manqe) kepha iningi lazo ziyazingela futhi ziphumelela kakhulu ekuzingeleni uma ziqhathaniswa nezinye izilwane ezizingelayo ezifana nama bhubesi.