Imvomve (Iqoqo lezindaba ezimfishane)
Appearance
Imvomve iqoqo lezindaba ezimfishane kanye nama-eseyi elihlelwe nguM.S.S Gcumisa. Leli qoqo lishicilelwe yinkampani yezokushicilela kwa-Shuter and Shooter e-Pietermaritzburg, yishicilelwa okokuqala ngonyaka we-1992. Izindaba kanye nama-eseyi akulencwadi kuhlukahlukene futhi kudingida izindikimba ezihlaba umxhwele. Kukhona izindikimba eziphathelene nemikhakha eyahlukahlukahlukene yempilo kanye neziphathelene nempilo yezilwane jikelele. leliqoqo lihlukaniswe ngezingxenye ezimbili, ingxenye yokuqala iqukethe izindaba ezimfishane kuthi inxenye yesibili iqukethe ama-eseyi [1].
Uhlu lwezindaba ezimfishane kanye nama eseyi
[hlela | Hlela umthombo]Ingxenye yoku-1
[hlela | Hlela umthombo]- Indoda Yesando:
- Idubukele
- Indlovukazi
- Ufakazi
- 'Ngidinga Usizo-'
- Umshuqulo Kagogo
- Umncintiswano
- Ukhamba lukababa
- Umshayeli
- Indodana Yami
Ingxenye yesi-2
[hlela | Hlela umthombo]- Ubukhosana
- Amanga
- Umona
- Isithembu
- Impandla Nempunga
- Ubusela
- Isomiso
- Umgcagco
- Isifo
- Imfundo Nemfundiso
Imithombo
[hlela | Hlela umthombo]- ↑ M.S.S Gcumisa. Imvomve. Shuter and Shooter. ISBN 0-7960-0428-5.
|access-date=
requires|url=
(help)