Inhlakahlo

Mayelana Wikipedia

Inhlakahlo noma ukuhlakahla kuwukufaka umqondo ezimpawini zolimi oluhleliwe. Iningi lezilimi ezihleliwe ezisetshenziswa kumchazazibalo, umhluzamqondo, nomkhanyango wenzululwazi yesicikizi luchasiswa kuphela ngobhalomagama, futhi kanjalo azinamqondo kuze kube yilapho ziwunikwa ngokhumusho. Ukufundwa okubanzi kwenhlakahlo kolimi oluhleliwe kubizwa ngokuthi ezemiqondo.