Inkosi uDinuzulu
INkosi uDinuzulu[1] kwakuyinkosi yesizwe samaZulu,yayizalwa iNkosi uCetshwayo. INkosi uDinuzulu wazalalelwa endaweni yase Babanango[2] ngonyaka wezi 1868,wakhothama ngonyaka wezi 1946 eneminyaka engama 46, e Transfali. INkosi uDinuzulu wayenendodana u Bhekamakhosi yize ingaqhakambile emlandweni wakwaZulu,kodwa yayikhona kanye nomfowabo uPhumuzuzulu Bhekuzulu Cyprian[3] okuwuyise weNkosi esanda kukhothama iNkosi u Goodwill Zwelityhini Zulu.
Indawo atshalwe kuyo
[hlela | Hlela umthombo]Inkosi uDinuzulu wenza isicelio kuma Brithani ukuthi uma ekhothama umzimba wakhe uyobekwa ezwewni lawobabamkhulu bakhe lase Babanango esigodini sakwa Nobamba.ngempela emva kokithi ekhotheme wabe esetshalwa khona kwanoBamba, idlinza lakhe liphezu komfula iMpembeni.[4]
uBhekamakhosi
[hlela | Hlela umthombo]UBhekmakhosi[5] indodana yeNkosi uDinizulu wasala khona kwaNobamba lapho aganwa khona amakhosikazi amaningi okubalelwa kuwi iNdlunkulu ukaMgxobela owathola amadodakazi okwakuwu Mtwana uNomthandao,uMtwana uJessica,kanye noMtwana uSebenzela bani,waba ne ndodana eyodwa okwakuwu Mtwana uHerman .indodakazi kaBhekamakhosi yokugcina okuwumtwana uSebenzela bani isadla anhlamvana ihlala endaweni yase Nhlazatshe lapho yendela khona kwaMadela.
NBumthombo
[hlela | Hlela umthombo][[category:umlando kaZulu]
- ↑ https://www.longmarchtofreedom.co.za/BronzeStatues/Statue/618aa9f1faf6d2fddee410c2
- ↑ https://www.mindat.org/feature-1021844.html
- ↑ https://www.geni.com/people/Bhekuzulu-kaSolomon-King-of-the-Zulus/6000000014309053239
- ↑ Ngubane (2024)
- ↑ https://a-better-africa.com/show/bhekamakhosi-primary-school-mahlabathini-kwazulu-natal