Jump to content

Insipho

Mayelana Wikipedia

InSipho ilitswayi lwesimunyane esinamafutha elisetshenziswa emikhiqizweni ehlukene yokuhlanza nokugcoba. Ezimweni zekhaya, izinsipho ziyiziCababuso (surfactants) ngokuvamile ezisetshenziselwa ukuhlanza, ukugeza, nezinye izinhlobo zokuhlanza indlu. Ezimweni zasezimbonini, izinsioho zisetshenziswa njengezijiyisi, izigcoyi zezigcobo, kanye nezanduleli zezisheshisisi.

Inqakaqa yensipho ekhandwe ngesandla
Izithombe ezimbili ezifanayo zohlaka lwevanga le- sodium stearate, isithako esivamile esitholakala kuzinqakaqa zensipho.