Intwasahlobo

Mayelana Wikipedia

Intwasahlobo isikhathi sonyaka emva kobusika lapho sekuqala khona ukunetha izimvula, nemvelo okubalwa kuyo utshani nezihlahla ziba luhlaza zibe nezimbali ezinhle. Ngaso lesi sikhathi futhi izimbali ziyaqhakaza. Kulesi sikhathi ngoba kususke sekukhona izimvula, abantu babuyela emasimini baye kolima.