Iphalishi

Mayelana Wikipedia

Iphalishi- Iphalishi elithambile elenziwa ngommbila ogayiwe owaziwa ngokuthi i-mealie meal.  Liyisidlo sasekuseni esivamile emindenini yamaXhosa namaZulu. Lidliwa noshukela nobisi. Abanye bangase bakhethe uviniga omhlophe / onsundu noshukela noma ibhotela / amantongomane noshukela njll. Ngezinye izikhathi ummbila owenziwe ubilisiwe ukuze unambitheke kabi.

Bheka futhi[hlela | Hlela umthombo]