Izinhlobonhlobo zezibhinyi
Isibhinyi kanye nobhawoti ziwuhlobo olufanayo lwesikhwaxi (fastener) imvama ezenziwe ngenkimbi nezaziwa ngokuba namazenge ansongensonge. Izibhinyi namabhawoti ngamathuluzi asetshenziswa ekukhwaxeni izinto ngokusebenzisana kwemisonto yawo kanye neminye imisonto efana nayo.