Jump to content

Isidludlungi mazwi

Mayelana Wikipedia

Atari_Word_Processor_intro_screen

Isidludlungi mazwi yisilekeleli noma inhleleliso yesiCikizi ehlinzeka ngokwenza igalelo, ukuhlela, ukunikinela kanye neziphumo zesiqakaqo, ngokuvamile ngolwangu oluthile olwengeziwe. izidludlungi zokuqala zaziyiziklamo eziphathekayo zokudludlunga amazwi, kodwa ezanamuhla ziyinhleleliso ezidludlunga mazwi ezigunundwa ezicikizini.

Izinsebenzo zezinhleleliso zezidludlungi mazwi zihlanganisa lezo ezihlela amazwi, nalezo ezakhelwe ukushicilela. Nakuba umehluko phakathi kwalezo ezihlela amazwi nalezo ezishicilelayo umncane, izidludlungi mazwi sezizuze ulwangu olusha kusukela kuhlelo lwezi- 2010 lwe-Microsoft Word.

Izinhleleliso ezidludlunga mazwi ezivamile zihlanganisa i-LibreOffice Writer, Google Docs kanye ne-Microsoft Word.