Izichoyo zesiCikizi

Ezinhlelweni zezokuxhumana noma zesiCikizi, ukuchoyiswa kohlelo kusho ukuhlelwa kwengxejye ngayinye yokusebenza kwayo, ngokuya ngesimo zazo, inani lazo kanye nezinkondolo eziyinhloko. Ngokuvamile, ukuchoyiswa kubandakanya ukukhetha izigcoyi, ihlelokusebenza, nezilobo. Ukuchoyiswa kwesiCikizi kunomthelela endleleni esisebenza ngayo nasekuqhogoyeni kwaso.
Ukuchoyiswa kwesicikizi kuqoshwa esiheleni sokuchoyisa. EziCikizini zanamuhla, lesi sihele sikhandwa futhi siphefukiswe ngokwenhleleleko lapho izigcoyi zesicikizi zenezelwa noma sikhishwa. Amahlelokusebenza angaqazikela ukuthi isihele sokuchoyisa sikumelela ngokunembile ukuchoyiswa okwenziwe bese asebenza ngokufanele.
Iningi lezicikizi zanamuhla linezichoyo zesimiso esivumela abasebenzisi ukuba bahlele izenyulo zabo. Lezi zichoyo zihlanganisa ukufikeleleka kwezinketho ezifana nobungako beziqakaqisi), umgqamo nokukhanya; ezokuphepha nengasese; ukukhethwa kohleloxhumano nokunye.