Isitabane
Appearance



Marriage Other partnerships Laws against expression Fines or prison (not applied) Fines or prison Death penalty (not applied) Death penalty

Supporting (2008 or 2011) In opposition
Isitabane umuntu onobudlelwane nobulili obufana nobakhe. Ukuthandana komuntu wesilisa kanye nomunye umuntu wesilisa kubizwa ngobutabane lokho. Noma izinkolo namasiko amaningi emhlabeni ajwayezile ukucwaswa nokuhlukunyezwa kwabo abantu abathandana, akukho lutho okufakaza ukuthi kuyinto engalungile. Umlando uveza ukuthi kudala emhlabeni wonke jikelele uthando nobudlelwane lwaba khona phakathi kwabantu noma benobuphi ubulili futhi kuyinto ejwayelekile.