Isitambu

Mayelana Wikipedia

Isitambu[1] ukudla kwesiko saseNingizimu Afrika. Loku kudla kuvela kwaZulu, senziwa ngokubiliswa futhi sivamile ukudliwa nobhontshisi.

Ukupheka isitambu kumele ucwilise isitambu esimuhkophe kanye no bhontshisi emanzini amaningana isikhashana eside. emuva kokucwilisa usungaqala usipheke. Usibilisa size sithambe. Uma sesithambile usungasishiza ngzithako ukuze sizwkale simunandi.

Sekuvamile ukuthi iningi lisidle nesishebo eceleni, ngabe inyama yenkukhu noma yenkomo. Kodwa lokho akusho ukuthi asidleki sodwa.

Imithombo[hlela | Hlela umthombo]

  1. Isitambu esimuhlophe
  2. Ubhontshisi
  3. Amafutha
  4. U-anyanisi
  5. Upelepele
  6. Izithako(ngokufisa kwakho)