Ithumbu (isidlulisi ketshezi)
Appearance
Ithumbu, isiqongqolozi esilihoshoba esisetshenziselwa ukuthwala uketshezi (kanye nohowo) noma sisetshenziselwa ukuvikela izintambo zokukhanya noma izindophi zamazuba.
Igama elithi 'ithumbu' lihumusha womabili amagama athi pipe and tube ngaphandle kokuhlukanisa izinga lobuqatha nokungagugi ngokushesha, kuyilapho elithi "ithumbu lamanzi" lona lihumushe elithi hose, okuvame ukuba ithumbu eliphatheka kalula nelibhengcezayo. Ithumbu lingacaciswa kahle ngendinganiso yobungako balo, isb,. ubungako bomklamo wethumbu, noma ibangandilinga langaphandle noma ngaphakathi noma ungqimba lodonga lwalo. Imiyinge yangempela yethumbu ivame ukungabi imiyinge yomklamo walo: