Izinga Lentuthuko Yabantu

From Wikipedia
Jump to navigation Jump to search

Izinga Lentuthuko Yabantu (ILY) (IsiNgisi: Human Development Index) yindlela yokuhlola amazinga entuthuko yabantu emazweni omhlaba. Uma kusetshenziswa i-ILY kubhekwa intuthuko yabantu phecelezi kwezemfundo, kwezomnotho, amathuba omsebenzi, ukuvota kanye nezinye izingxenye zempilo. Loluhlelo lokubheka amazinga entuthuko yabantu yasungulwa ngu-Mahbub ul Haq owazalelwa ePhakistan.[1]

uMahbub ul Haq
Imephu yamazwe omhlaba ngokwamazinga entuthuko yabantu (kuthathelwe emininingwaneni yangonyaka wezi-2018, kwashicilelwa ngo-2019).
     0.800–1.000 (liphezulu kakhulu)      0.700–0.799 (liphezulu)      0.550–0.699 (liphakathi nendawo)      0.350–0.549 (liphansi)      Ayikho imininingwane
Imephu yamazwe omhlaba ngokwamazinga entuthuko yabantu (kuvezwa ushintsho emazweni akhuphuke ngo 0.050). kuthathelwe emininingwaneni yangonyaka wezi-2018, kwashicilelwa ngo-2019).
     ≥ 0.900      0.850–0.899      0.800–0.849      0.750–0.799      0.700–0.749      0.650–0.699      0.600–0.649      0.550–0.599      0.500–0.549      0.450–0.499      0.400–0.449      ≤ 0.399      Ayikho imininingwane

Imithombo[hlela | Hlela umthombo]

  1. "Human Development Report 2019 – "Human Development Indices and Indicators" (PDF). HDRO (Human Development Report Office) United Nations Development Programme. pp. 22-25. Kulandwe ngo-Mandulo 26, 2020.