Izishicwanjalo

Mayelana Wikipedia
Isembozo sesishicwa somhela ovuleke ufikelelo I-PLOS Biology, oshicilelwa nyanga zonke yi-Public Library of Science.

Isishicwanjalo siwumsebenzi oshicilelwe ovela ohlelweni olusha ohlelweni olushicilelwa njalo. Isibonelo esijwayelekile kakhulu yiphephandaba, kodwana nomagazini noma umhela nazo ziyizibonelo zezishicwanjalo.Lezi zishicilelwa zihlanganisa izihloko eziningi ezihlukahlukene, kusukela kwezakwangqondonkulu, ezobuchule, ezehwebo, kanye nesithakazelo ezivamile kuya ekuzilibaziseni nasekuzijabuliseni.