Jump to content

King misizulu

Mayelana Wikipedia
KING MISUZULU

UMisuzulu Sinqobile kaZwelithini uyinkosi yesizwe samaZulu. UMisuzulu uyindodana yesibili endala yeSilo uGoodwill Zwelithini kaBhekuzulu, kanye noMfazi Omkhulu, iNdlovukazi uMatfombi Dlamini Zulu.[1] UMisuzulu waba yindlalifa ngemuva kokushona kukayise ngomhlaka-12 KuNdasa 2021. Uzalelwe endaweni yakwa Hlabisa mhla zingama 23 kuMandulo 1974. Uthathe uNkosikazi wesithathu okusho ukuthi usenamakhosikazi amathathu kanye nezingane ezintathu.

IREFERENSI

[hlela | Hlela umthombo]
  1. Kelly, J.E., Sithole, J. and Timbs, L., 2021. King Zwelithini and the Historians. South African Historical Journal, 73(2), pp.533-544.